Ungqongqoshe wamaphoyisa uMnuz Senzo Mchunu iphika eyokusasazela uLieutenant-General Nhlanhla Mkhwanazi nge-IPID.
ISILO uMisuzulu KaZwelithini siphendule isoyi emcimbi wokwethulwa kohlelo lokwakhiwa komgwaqo uP372 osuka emgwaqeni omkhulu ...
Sivalwe wuVusizwe Langa isikhala sikaTshatha Ngobe ohlelweni lukamasikandi iSigiya Ngengoma ngoMgqibelo kuKhozi FM.
UKUGXAMBUKELA kwabantu abasaceleni abangahlangene nabangazi lutho ngesihlalo sobuKhosi bamaZulu, ngenye yezinto okukhale ngayo futhi yakhuzwa ngabanekwabo beSilo esesabuza iNkosi uZwelithini ...
Ungawuxukuzi kakhulu umqondo ngeholidi elifanele izingane zakho ngePhasika ngoba iWid Coast Sun inezinhlelo ezingu-ngqo ...
IKaizer Chiefs iphume ilambatha eThekwini kulandela ukwehlulwa yiRichards Bay emdlalweni weBetway Premiership eKing ...
I-Orlando Pirates ivuselele ithemba lokuwina isicoco seligi kubalandeli ngokuzishayela iMamelodi Sundowns ebanga nayo ...
ULerato weStaxx Music Management, okuqopha uYallunder (30) kuyona, uthe leli ciko lidlula emhlabeni emva kokuxinwa wukugula isikhathi eside nje, bekuhlelwa ukuthi lenze umcimbi walo wokuqala licula ...
IChiefs engakaze isidle isicoco seDDC, isethubeni lokukuqeda lokhu kulandela iwini yayo ka 2-0 kwiPolokwane City ngoMgqibelo, eDobsonville Stadium, eSoweto.
Yisimo esikhathaza kakhulu lesi ngoba laba bantu basuke bethandelwa ukuhlanganisa umculo kamnandi ndawonye, okuba kubi uma sekufika isikhathi lapho benquma ukuyeka ukwenzanjalo. Okunye okubi ngalokhu ...
Usho njalo uNkk Boitumelo “Tumi” Mthembu, elandisa ngokwenza waqala i-Women Can, uhlelo lochungechunge lwemicimbi ayenza ...
ABUSEHLI ubuthongo emndenini wase-Adams Mission, eningizimu yeTheku ngenxa yokuthola izindaba zokuthi indodakazi yakhona (16) ...
Results that may be inaccessible to you are currently showing.
Hide inaccessible results